Ngangiyisoni
Ngangiyisoni
Ngangiwumenzi wokubi
Ngangihlangayela nababi
Akukho okubi engingakwenzanga
Konke okubi ngiyakwazi
Konke okubi ngikubonile
Ngihlangayele nababi senza okubi
Inzondo
Inkohliso
Ukuklolodela
Ukweyisa abadala
Angsabali eyenhlonipho
Nganginganayo
Ngangingamazi omunye umuntu
Ngangizazi mina futhi ngizethemba
Ngangiyisoni
Ngangiwumenzi wokubi
Nganginenzondo
Ngangizikhukhumeza
Ngangiwumenzi wokubi
Abangani
Okomhlaba
Konke kuyedlula
Okubi kodwa kwakunglandela
Abangani bangishiya
Ngasala nomunyu
Ngasala nenhlungu
Ngangiyisoni
Ngangiwumenzi
Ngangingenalo uzweli Kanye nesineka
Ngangiyisoni..
About this poem
The poem is about me and my past experiences
Font size:
Written on July 06, 2023
Submitted by dumsilehlatshwayo9 on July 06, 2023
- 19 sec read
- 0 Views
Quick analysis:
Scheme | ABb cde bfdeexgfxAB fdB abeeggc AdcA |
---|---|
Closest metre | Iambic tetrameter |
Characters | 602 |
Words | 65 |
Stanzas | 6 |
Stanza Lengths | 3, 3, 11, 3, 7, 4 |
Translation
Find a translation for this poem in other languages:
Select another language:
- - Select -
- 简体中文 (Chinese - Simplified)
- 繁體中文 (Chinese - Traditional)
- Español (Spanish)
- Esperanto (Esperanto)
- 日本語 (Japanese)
- Português (Portuguese)
- Deutsch (German)
- العربية (Arabic)
- Français (French)
- Русский (Russian)
- ಕನ್ನಡ (Kannada)
- 한국어 (Korean)
- עברית (Hebrew)
- Gaeilge (Irish)
- Українська (Ukrainian)
- اردو (Urdu)
- Magyar (Hungarian)
- मानक हिन्दी (Hindi)
- Indonesia (Indonesian)
- Italiano (Italian)
- தமிழ் (Tamil)
- Türkçe (Turkish)
- తెలుగు (Telugu)
- ภาษาไทย (Thai)
- Tiếng Việt (Vietnamese)
- Čeština (Czech)
- Polski (Polish)
- Bahasa Indonesia (Indonesian)
- Românește (Romanian)
- Nederlands (Dutch)
- Ελληνικά (Greek)
- Latinum (Latin)
- Svenska (Swedish)
- Dansk (Danish)
- Suomi (Finnish)
- فارسی (Persian)
- ייִדיש (Yiddish)
- հայերեն (Armenian)
- Norsk (Norwegian)
- English (English)
Citation
Use the citation below to add this poem to your bibliography:
Style:MLAChicagoAPA
"Ngangiyisoni" Poetry.com. STANDS4 LLC, 2024. Web. 9 May 2024. <https://www.poetry.com/poem/166026/ngangiyisoni>.
Discuss the poem Ngangiyisoni with the community...
Report Comment
We're doing our best to make sure our content is useful, accurate and safe.
If by any chance you spot an inappropriate comment while navigating through our website please use this form to let us know, and we'll take care of it shortly.
Attachment
You need to be logged in to favorite.
Log In